ukugeza ngeqanda wenze isiwasho seqanda, kulesiwasho udinga amaqanda angu 6 sizokuchazela ngesiwasho osenza usebenzisa iqanda

Iqanda nobisi isiwasho

Iqanda isiwasho sokumsebenzi sokuthandeka sokubuyisa indoda sogazi, asiseneze lesiwasho: Ngazi lokhu kobisi namaqanda awu6 Ufake amaqanda esitsheni esisodwa uwaphihlize bese uyawabeater bt ngasebenzisi ispoon use your hand bese uqala ebusweni ugcobe ube usho konke ofuna kwenzeke then ufake ubisi kwesinye isitsha wenze the same thing ugcobise unzimba wonke bese ngalokhu okusele iqanda nobisi ukufake ndawonye endishini uzithele ngakho ube ukhuluma lokhu Kade ukusho bese uqedile ukuchithe la ngeke kugxobe muntu khona kwi drainer or ehlathin elingahambi muntu

Thule Ngcobo Yazi umuntu mengakholelwa entweni kuncono athule ashiye kanjalo angasho Zinto zi negative angalokhu egxeka ehleka abanye bethu izinto zenzeka ngoba ukholelwa Kuzona Mina nginobufakazi ngalento kwimanje ngathola msebenzi ngagilwa ntombazane msebenzini ngezichitho ingangifuni ngingazi ngayenzani ingakwazi nokupretend ingangkhulumisi ebsweni ngaphenduka ixoxo ngaye kumuntu kuphume yena cc kwagcina I boss ingixosha ngaphandle kwesizathu into ya 4 years back le angikaze ngiphende ngisebenza lapho impilo inzima ngiphila ngesondlo somntwana oyedwa ngilokhu ngihleli khaya nakwezothando kungahambi kahle ngikutshela kuthi last month omamkhulu wami wathi aka ngizame lokhu ngakusebenzisa 3 days ngama kancane ngithi ngizobuye ngenze ngisalindile ngathola call la ngangafaka khona CV kwathiwa ngizobamba for I bhizi ya December ngikutshela kuthi izolo I boss ingibizile ithi Mina ngizoqhubeka nokusebenza angiyi ndawo ngiswele ukugiya ngisine

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp